uGogo Album — Khanyisa Ngiyamthand’ ugogo wami bo Noma engaseko Ngohlala ngimkhumbula Ngiyamthand’ugogo wami bo Noma engaseko Ngiyohlala ngimkhumbula Angeke ngamlibala Angeke hayi angeke Angeke ngamlibala mina Angeke hayi angeke Wayesithanda Lathi sasimthanda Lokhe simthanda Noma engasekho Wasikhulisa kuhle Wasifundis’ubuntu Wasifundis’inhlonipho Wasifundisa ukuba ngabantu Akekho ozathathi indawo yakhe Akekho ofana naye Ugogo wami UmaSibanda Ngiyamthanda mina Noma engasekho Ngiyamthanda ugogo wami bo Noma engasekho Ngohlala ngimkhumbula Ngiyamthanda ugogo wami bo Noma engasekho Ngiyohlala ngimkhumbula LISTEN TO THE SONG ON